PHUMELELE NXUMALO USOLWE ngokukhetha iphela emasini uNgqongqoshe weMidlalo, ubuCiko naMasiko uMnuz Nathi Mthethwa ngokuphendula umbhalo womethuli wezinhlelo nosomabhizinisi uBonang Matheba kuTwitter. UMthethwa uhlangabezane nale mbibizane ngemuva kokuphendula umbhalo ofakwe nguuBonang ekhasini lakhe likaTwitter evumelana no@mpumz_n ofake umbhalo othi: “UNathi Mthethwa uyangicasula.” UBonang uphendule umbhalo kaMpumz ngokuthi: “Nami. Kakhulu futhi.” Kulandela lo mbhalo uMthethwa ube esenxenxaRead More
Category Archives: Current Events and News
SIMANGALISO NTSHANGASE SESIPHINDE sanda futhi isibalo sababulawa igciwane leCOVID-19 esiFundazweni iWestern Cape, kulandela ukuphuma kwezibalo zayizolo ezikhombe ukuthi sekudlule abantu abayi-18 kulesi siFundazwe emahoreni angama-24 edlule. Lokhu kwenza isibalo sasebedlule emhlabeni ngalo mkhuhlane eWesterna Cape babe izi-3 392, okuyizindaba ezingezinhle neze. NgoMgqibelo uNgqongqoshe wezeMpilo kuzwelonke, uDkt. Zweli Mkhize uthe izibalo zasebebulalwe ilolu bhubhane sezifike ezinkulungwaneni eziyishumi,Read More
IZINKUMBI zesizwe samaHlubi zinikele eNkantolo ePhakeme yaseGauteng, ePitoli ukuyokweseka umholi waso, uMnuz Muziwenkosi Johannes Langalibalele II Radebe ukuze abekwe njengenkosi yesizwe. IKhomishini kaNhlapo yango-2009 yasichitha isicelo samaHlubi sokuthi ubukhosi baso bubekwe njengobusemthethweni. Le khomishini yabekwa ngowayengumengameli wezwe uMnuz Thabo Mbeki ngo-2004 ngenhloso yokuxazulula izingxabano zobukhosi. Imiphumela yemukelwa ngowayengumengameli wezwe uMnuz Jacob Zuma ngo-2010, owabe esememezelaRead More
More than 140 years since a declaration by the British colonial government dismantled amaHlubi kingship, the nation under Langalibalele II is gearing up for a legal battle to have their kingship restored.